002 Qaphelani isiphetho sesintu
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni: Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; zinak’isiphetho sesintu; zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele, ophakeme kakhulu ohlonishwayo; zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu, njengalokh’isizukulwane sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova, njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni. Umsebenzi kaNkulunkulu unjengamagagasi agubha kakhulu; akekho ongamgcina noma abophe izinyawo Zakhe. Ngokulalel’iphimbo Lakhe Balandele Yena izinyathelo Zakhe zilandeleke nezithembiso Zakhe zamukelwe. Bonke abanye bayobhekana nokubhujiswa bamukel’isijeziso esibafanele. UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni: Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; ziqaphel’isiphetho sesintu. Qaphelani isiphetho sesintu.
kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni