Isingeniso
Okutuswayo: Amahubo Amazwi kaNkulunkulu https://www.youtube.com/watch?v=YKRWm76_ZhI&list=PLDatecuup-hwjo6Qdzf2KE8y14fu4_U9v
South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.
Umsebenzi onje kuphela osho ukwahlulela;
yilokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngobuyena obuphelele,
bese efinyelela ekumazini Yena.
II
Umsebenzi wokwahlulela wenza umuntu azi ubuso Bakhe,
neqiniso lokuhlubuka kwakhe.
Umfundisa injongo yomsebenzi kaNkulunkulu
nezimfihlakalo umuntu angaziqondisisi.
Kusiza ukuthi azi ngenkohlakalo abone nobubi bakhe.
Umsebenzi onje kuphela osho ukwahlulela;
yilokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngobuyena obuphelele,
bese efinyelela ekumazini Yena.
III
Lo mthelela womsebenzi Wakhe uvela ngomsebenzi wokwahlulela.
Ngokwempela, kumelwe ukuvula iqiniso, indlela, nokuphila Kwakhe
kubo bonke abakholwa nguye.
Usebenza kanjalo Yena ekwahluleleni.
Umsebenzi onje kuphela osho ukwahlulela;
yilokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngobuyena obuphelele,
bese efinyelela ekumazini Yena.
umthombo Izwi Livela Lisenyameni
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.
Wamukelekile ukuthwebula i-app yeBandla LikaNkulunkulu uSomandla: