I-App yeBandla likaNkulunkulu uSomandla

Lalela iphimbo likaNkulunkulu futhi wamukele ukubuya kweNkosi uJesu!

Samukela bonke abafuna iqiniso ukuba basithinte.

Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

0 Imiphumela Yokufuna

Ayikho imiphumela etholakele.

Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela

I

Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,

kuphazamisa uhlelo lwenkolo,

futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.

Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

II

Emva kokusuka eJudiya, uNkulunkulu wanyamalala akwasala mkhondo.

Abantu balangazelela ukumbona futhi, kodwa abakaze balindele

ukuhlangana Naye futhi lapha nanamuhla.

Kwakungenzeka kanjani lokhu kungabuyisi izinkumbulo zakudala?

Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili eyedlule,

uSimoni indodana kaJona wahlangana neNkosi uJesu, futhi wadla neNkosi etafuleni elilodwa.

Iminyaka yokulandela yajulisa uthando lwakhe Ngaye.

Wayethanda uJesu ekujuleni kwenhliziyo yakhe.

UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.

Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu,

ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

umthombo Izwi Livela Lisenyameni

Okwedlule:Ngabasondelene NoNkulunkulu Kuphela Abafanele Ukumsebenzela

Okulandelayo:Lingisa INkosi UJesu

Okuqukethwe Okuhlobene

  • Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho

     I Uyawazi yini umthwalo, umsebenzi nokuthunywa okusehlombe lakho? Sikuphi isenzakalo esingokomlando wakho wokuthunywa? Uyoba kanjani ngumphathi …

  • Umkhuba Wokufuna Iqiniso

     I Kukho konke ohlangana nakho, yazi ukuthi yiziphi izingxenye zeqiniso ezihambelana nalokhu okuphambi kwakho. Uma ufuna intando kaNkulunkulu nga…

  • Usizi lweSintu esoNakele

    1. Umuntu uhambe noNkulunkulu, eminyakeni yonke nasezikhathini, engazi ukuthi uNkulunkulu unquma ngesiphelo sakho konke okuphilayo, engazi ukuthi uNk…

  • Woza eSiyoni Ngokudumisa

    1. Woza eSiyoni ngokudumisa. Ikhaya likaNkulunkulu selivelile. Woza eSiyoni ngokudumisa. Konke kucula izindumiso zegama Lakhe elingcwele; liyasabalala…