Christian Music | "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" | A Cappella

December 28, 2017

I

La … la la la … la la la….

La … la la la … la la la … la….

Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.

O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.

Sithandwa sami esihle, uthando lwaKho luzungeza inhliziyo yami.

Abantu abaphishekela iqiniso bonke bathanda uNkulunkulu.

Nakuba ngivuka ngedwa ekuseni ngovivi, ngizizwa ngijabula lapho ngizindla ngezwi likaNkulunkulu.

Amazwi anesisa anjengokamama onothando, amazwi ukwahlulela njengobaba omkhulu. (Heyi….)

Angithandi lutho ezweni; ngayo yonke inhliziyo yami ngithanda uNkulunkulu wami kuphela.

Ah heyi … ah heyi … ah heyi … ah heyi….

II

La la la … la la la….

La la la … la la la … la….

Intando kaNkulunkulu yambuliwe—ukuze iphelelise abathandi bakaNkulunkulu beqiniso.

Abantu abaphapheme nabangenacala bonke badumisa uNkulunkulu,

futhi badansa imidanso emihle phambi kukaNkulunkulu weqiniso ndawonye.

Abantu babizwe yizwi likaNkulunkulu besuka ezindaweni ezahlukahlukene.

Amazwi okuphila aphathiswe thina. Sihlanzwe amazwi kaNkulunkulu okwahlulela.

Uthando lwethu luqinisiwe ngokucwengisiswa. Sizizwa simnandi ukuze sijabulele uthando lukaNkulunkulu. (Heyi….)

Ubani ongemthande uNkulunkulu othandekayo? Ngayo yonke inhliziyo yami ngithanda kuphele uNkulunkulu Ongokoqobo.

Ah heyi … ah heyi … ah heyi … ah heyi….

Ubani ongemthande uNkulunkulu othandekayo? Ngayo yonke inhliziyo yami ngithanda uNkulunkulu wami kuphela.

Ah heyi … ah heyi … ah heyi … ah heyi….

Ubani ongemthande uNkulunkulu othandekayo? Ngayo yonke inhliziyo yami ngithanda uNkulunkulu wami kuphela.

Angithandi lutho ezweni; ngayo yonke inhliziyo yami ngithanda uNkulunkulu wami kuphela.

Siyabonga! (Siyabonga!) (Siyabonga!) (Siyabonga!)

Siyakuthanda!

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Buka okuningi

Uma unanoma yibuphi ubunzima noma imibuzo ekukholweni kwakho, sicela usithinte noma nini.

Leave a Reply

Abela

Khansela

Sithinte nge-Whatsapp