I-App yeBandla likaNkulunkulu uSomandla

Lalela iphimbo likaNkulunkulu futhi wamukele ukubuya kweNkosi uJesu!

Samukela bonke abafuna iqiniso ukuba basithinte.

Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Imibala egqamile

Izihloko

Ubhalo

Ubungako Bamagama

Isikhala Somugqa

Ukuvuleka kwekhasi

0 Imiphumela Yokufuna

Ayikho imiphumela etholakele.

Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde

I

Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula. Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.

O sithandwa sami, uKuphi? Manje ngiyakhala. Uyakuzwa ukukhala kwami?

Nguwe onginika uthando. Uwena ongikhathalelayo.

Uwena ohlale ucabanga ngami njalo. Uwena onakekela ngesisa impilo yami.

Inyanga, ngemuva kolunye uhlangothi lwesibhakabhaka. Ungenzi isithandwa sami silinde kakhulu.

Ngicela umtshele ukuthi ngiyamkhumbula.

Ungakhohlwa ukuthatha nothando lwami, nothando lwami.

II

Amahansi asendle ndawonye, andizela kude.

Ingabe azobuyisa umyalezo ovela esithandweni sami?

O ngiyacela, ngicela ungiboleke amaphiko akho. Ngingandiza ngibuye endaweni yakithi efudumele.

Ngizobuyisela ukukhathazeka kwesithandwa sami. Ngifuna ukusitshela ukuthi: Ungadabuki!

Ngizokunikeza impendulo ezokujabulisa.

Ngakho imizamo oyenzile ngeke ibe yize.

Yeka ukuthi ngifisa kanjani ukuba ngikhule,

ngikhululeke ekuzuleni, ekuphileni okubuhlungu.

O sithandwa sami, ngicela ungilinde. Ngizondizela kude ekunethezekeni kwale lizwe.

Ngizobuyisela ukukhathazeka kwesithandwa sami. Ngifuna ukusitshela ukuthi: Ungadabuki!

Ngizokunikeza impendulo ezokujabulisa.

Ngakho imizamo oyenzile ngeke ibe yize.

Ngakho imizamo oyenzile ngeke ibe yize.

Okwedlule:Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu

Okulandelayo:Ingoma Yothando Olumnandi

Ungase Uthande Nalezi